IsiZulu HL P2 Memo

May-June 2024 โ€” Grade 12 / Matric โ€” IsiZulu

Memo 2024 Grade 12 IsiZulu - HL IsiZulu Hub โ†’
โ†“ Download PDF Facebook X ๐Ÿ“„ 746.7 KB View Exam Paper
Preparing document

๐Ÿ“‹ Document Analysis

๐Ÿ“„ 39 pages ๐Ÿ“ 101 items found ๐Ÿ“š 1 topics ๐Ÿ“– 1 language components
See full analysis

Questions โ€” A Preview of What to Expect in the Document

101
This section provides a quick preview of questions from the document. It may not display every question or the complete wording of each one. For the full content, including diagrams, tables and other information, view the original PDF above.
2.1Um thin sob bili sing hl
2.2Le migqa igqamisa umqondo wokuthi imbongi uma ikule ndawo izwa amazwi abantu abakhulumayo okungaba abaphilayo nabangasekho . Imbongi ithi abantu bayehla bayenyuka abanye bayabhukuda. Imbongi iphinde ithi
2.3Imbongi isebenzise i enjambamenti ukuveza ukuthi umqondo womugqa wesi 4 uphelelele emgqeni wesi 6.
2.4Inhloso yembongi yokusebenzisa imvumelwano siqalo Ngi ukuletha umgqumo omnandi osamculo nokugcizelela ukuthi imbongi ikhuluma ngayo uqobo.
2.5Imbongi isebenzise ithoni yokuncoma/ yokutusa. yokugculiseka. Imbongi incoma igculiswa ukuba
3.1Musani ukukhala Musani ukubibitheka, Musani ukulila, [Nikeza imaki elilodwa uma eyitomulile impindamqondo] (1\
3.2Indikimba yale nkondlo u kufa. Imbongi imangazwa ukuthi kungani bekhala sengathi abanalo ulwazi lokuthi umama wabo uyekuphi njengoba eseshonile. Imbongi ibabuza ukuthi kumele ngabe banolwazi lokuthi ubengeyena owabo
3.3Inhloso y embongi yokusebenzisa isikhawu/ isiruza ukuphumula nokumangala. [Nikeza amamaki amabili uma eyivezile inhlos o yokusetshenziswa kwesikhawu/
3.4Imbongi isebenzise isihlonipho usebiziwe ukugqamisa ukuthi umuntu omdala lo oshonile. Yingakho imbongi ithi mabangakhali kepha mabajabule ukuthi uthathwe nguNkulunkulu/ abakubo.
3.5Imbongi i veza u moya wokunxusa/wokuncenga. Imbongi inxusa/incenga abantu abakhalayo ukuthi abangalokhu bekhala kodwa abamukele isimo sokudlula emhlabeni sikamama wabo abamthandayo. [N ikeza amamaki amabili uma exoxi
4.1Amaviyo nezingeqiwa ntwala, Amaviyo namanxebakazi, Amaviyo nemikhontshwana. [Nikeza imaki elilodwa uma ebhalile imigqa enokuxhumana] (1\
4.2Imbongi iveza ubunzima bu bhekana nab afundi ngesikhathi bese
4.3Inhloso yembongi yokusebenzisa ifanangwaqa ifanankamisa /u
4.4La magama angelekelele ukuba ngiqonde ukuthi asikho isikhathi sokuphumula Kufanele uhlale uzimisele ukulwa noma ngabe uhlangabezana nobunzima obungakanani. Imbongi ithi ungabheki izingozi osunazo , nokuthi
4.5mbongi iphumelele kahle ukusebe nzisa u kuphindaphinda igama ' impi ukugqamisa ukuthi akukho ukubusa kule ndawo, uphumelela kuphela ngokuthi ubambe impi noma ngabe kukhona izingqinamba obhekana nazo endleleni ukuze unqobe
5.1.2okzimoroni Isenzukuthi [Nikeza amamaki amabili uma e inikezile isifengqo]
5.2Imbongi isebenzise i enjambamenti ukuveza ukuthi umqondo womugqa wesi 7 uphelele emgqeni wesi 8. I [Nikeza
5.3Inhloso yembongi yokusebenzisa imvumelwano siqalo u Ba ukuletha umgqumo osamculo omnandi nokugcizelela [Nikeza
5.4Leli binza liqukethe umq ondo wokuthi imbongi isikhulile , abazali bayo sebeyaziqhenya ngayo futhi balokhu beyikhombise njalo uthando olungapheli. [Nikeza mamaki amabili uma echazile umqondo osobala webinza]
5.5Imbongi iphumelele kahle ukug qamisa umoya wokuncenga kuleli binza. Imbongi inceng a uNkulunkulu ukuthi a gcine abazali bayo bangehlelwa izinto ezimbi noma ngabe isimo somhlaba siguquka. [Nikeza
7.1Umlingiswa onguNontobeko unomuzwa wokujabula ngenxa yezindaba ezimnandi azizwe ngoNgidi zokuthi usetholakele uMhlengi. [Nikeza amamaki amabili uma esho isizathu] (2\
7.2Isigameko esikhalisa uNontobeko esokuzwa izindaba zokushona kukaNkululeko otholakale ezilengisile ngoba ecabanga ukuthi uzilengise ngenxa yakhe. [Nikeza amamaki amabili uma enikeze isigameko] (2\
7.3UNdumiso wafika kwaNgidi ezenza umfundi wasenyuvesi, uthe angamemukela uNgidi wase emxhapha ngenhlamba. UNdumiso wamhlohloloza uNgidi, emsikaza, emdondonya ngesibhamu ekhanda. UNdumiso ukluluza kabi uNgidi umbopha umlomo ngesikhafu, umbopha
7.4UNontobeko unomoya wentokozo, uthokoziswa yizindaba azizwa ngoNgidi zokuthi usetholakele uMhlengi Umoya wokwethuka, uNontobeko wethuswa ngukuthi akazi ukuthi uMhlengi uzokwenzenjani uma sebefika engabalindele
7.5Isigameko esifihlelwe uNgidi nguShezi esokuthi uMhlengi wabe esezishintshe ubulili ngenkathi emthola. Lokhu akathandanga ukuthi amtshele uNgidi kepha wayefuna ukuba azibonele yena mathupha ngoba wayengazi ukuthi
7.6Umyalezo othi, kubalulekile ukuthatha isikhathi ukuze ukwazi ukubona ukuthi umuntu ofuna ukungena othandweni naye ungumuntu onjani. UNkululeko wajaha ukushada uNontobeko engakamazi kahle kanti inhliziyo yakhe
7.7Isenzo sikaXolani sokushiya uLungile noSabelo simveza njengomlingiswa ongenalo uzwelo/ozicabangela yena yedwa. Wayefuna ukuyobona uMahlengi yize wayefice umkakhe edinda isililo ngenxa yokushonelwa yizingane.
7.8Kube nomphum ela omubi ngoba: UNontobeko waphatheka kabuhlungu, waphuma efulethini lakhe ephuphutheka washayiswa yimoto walimala kabi waze wayolala esibhedlela. Impilo yakhe ayizange isaqhubeka ngoba wayesalokhu enethemba lokuthi
7.9Ngombono wami s iya kholeka ngoba uma ulahlekelwe ngumuntu omthandayo ungenza noma yini efanelekile kuwe ukuze umthole. NOMA Ngombono wami asikholeki ngoba umuntu wesifazane ubengeke ahambe yedwa aye endaweni angayazi futhi aqalayo ukuya kuyo.
7.10Umbhali uphumelele kahle ngoba ugqamise ubudedengu bukaXolani bokuthi akhiyele izingane zodwa endlini azishiye ayohlangana noMahlengi. Lokhu ubekwenziswa ukugajwa uthando lukaMahlengi. Ngesenzo sikaXolani
9.1UHlulintombi uthwala amehlo ngoba uzwa izindaba abengazilindele zokuthi uMiliyemu uyamthanda. [Nikeza amamaki amabili uma enikezile izizathu] (2\
9.2Isizathu esashiwo uSonosemali esokuthi uHlulintombi ulibele ukugadela uGenyeza intombi yakhe, uMiliyemu. Kanti ngokukaSonosemali uMiliyemu uyamthanda uHlulintombi. [Nikeza amamaki amabili uma enikezile izizathu]
9.3UNomvula waluma udebe lukaMsonteni, wamnamathela akangasuka. Wathatha iphulamastofu eyayisetafuleni wajikijela uMsonteni wajojeka ehlweni. Wehlisa isandla nebhulukwe, wamshuka waze wajuluka. Wamphuca isibhamu wamkhomba ngaso.
9.5Hlulintombi wayefihlelwe ukuthi kudlalwa ngaye ngoba akaze athi uNomvula uyamthanda. USonosemali wayefuna ukuba naye uHlulintombi axabane noGenyeza ukuze kuvuleke ithuba lokuba kungabi bikho umuntu ogade
9.6Umyalezo othi, kubalulekile ukuthatha isikhathi ukuze ukwazi ukubona ukuthi umuntu ofuna ukungena othandweni naye ungumuntu onjani. UMaDludla akazinikanga isikhathi esanele sokwazi uChule ngaphambi kokuba ashade
9.7Simveza njengomlingiswa onesikhwele/akathembi muntu/ovikelayo. Wayesaba ukuphucwa uNomvula oyintombi yakhe yeminyaka eyi 15 futhi esola ukuthi abantu yizigebengu ezigaqele umcebo kaNomvula. [Nikeza amamaki amabili uma emchazile ukuthi ungumlingiswa onjani
9.8Ngicabanga ukuthi kwaba nomthelela omuhle ngoba wavuka emaqandeni, wavuselela ikhono lakhe lokucula. Waphumelela emncintiswaneni wabaculi abasafufusa neqembu lakhe. Wathola ithuba lokuqopha emsakazweni
9.9Ngokubona kwami siyakholeka ngoba esikhathini samanje sebebaningi abantu abazenza abefundisi ngoba befun a ukuqola izimali zabantu. [Nikeza amamaki amabili uma ekuvezile ukuthi kuyakholeka noma akukholakali]
9.10Umbhali uphumelele kahle ngoba lesi sigameko saveza obala ubuqili bukaMaHadebe . Wapheka ukudla wakunika uMaNdelu owayesesola ukuthi uMaHadebe ufuna ukumbulala. Inja nekati kukaMaNdelu zathi zingadla kudla ok
11.1UMtal as wa uthi uhambe kahle ngoba ayibanga khona inkinga uma ebatshelile ekhaya ukuthi uzothumela abakhongi ekupheleni kwenyanga. [Nikeza amamaki amabili uma enikezil e isizathu
11.2Isizathu sokuthi uDumazile useze wathola umkhwenyana wangempela, babekade befisa ukuthi kube khona abahlomula ngakho endodakazini yabo. [Nikeza amamaki amabili uma enikezile isizathu (2\
11.3UDumazile wenqaba u kwakha umuzi wabo noMtalaselwa kwa Jilafohlo ngoba ethi akathandwa muntu kwaZuma futhi uzocela uyise uKheswa abanike indawo bayokwakha eMzimkhulu, wanqaba uMtalaselwa ukuyoba wusibali
11.4UDumazile uveza u moya wothando ngoba ubonisa uthando kuMtalaselwa uze umbiza ngegama eli thi, sweetheart . Umoya wokujabula , uDumazile
11.5Isigameko esifihlelwe uMtalaselwa nguDumazile esokuthi yize mthand uMtalaselwa kepha akawufuni umnde ni womyeni wakhe futhi ukuyohlala
11.6Umyalezo othi, kubalulekile ukuthatha isikhathi ukuze ukwazi ukubona ukuthi umuntu ofuna ukungena othandweni naye ungumuntu onjani. UMtalaselwa akazange azinike isikhathi sokuthola kabanzi ngezo budlelwano zikaDumazile
11.7Simveza njengomlingiswa onesikhwele/akazethembi akathandi ukubangiswa kuMoloi yize yena angena kuMoloi ebe eganiwe. Akazihloniphi, ehlela ezingeni likaDumazile ebe eyingane yesikole yena ewuthisha futhi emdala.
11.7Simveza njengomlingiswa onesikhwele/akazethembi akathandi ukubangiswa kuMoloi yize yena angena kuMoloi ebe eganiwe. Wehlela ezingeni likaDumazile ebe eyingane yesikole yena ewuthisha futhi emdala. [Nikeza amamaki amabili uma emchazile ukuthi ungumlingiswa onjani
11.8Sinomphumela omubi ngoba kwaphela ukuthula ekhaya, uMaNzimande wayesehlala ngokulwa noSithole. Waphenduka ihlaya kubasebenzi basesitolo ngoba wayeseya nasesitolo ayolwa noSithole ngoba engalalanga ekhaya.
11.9Ngokubona kwami siyakholeka ngoba kuvamile ukuthi abantu abangabangani baxatshaniswe ukuthathelana abantu abathandana nabo NOMA Ngokwami ukubona asikholakali ngoba uma ninobungani beqiniso akekho ongangena phakathi kwenu anihlukanise.
11.10Umbhali uphumelele kahle ukusebenzisa isigameko sokushiswa kwesitolo sikaSithole Abantu ayekade ebathembile kakhulu, uMthovovo noDumazile yibo abamhlinzela ezibini. Wagcina uSithole elahlekelwe yikho konke
13.1UMaMthimkhulu kwakumkhanyela lokho ngoba ubuhlakani bukaNgubane kanye nokukhula kwengqondo kwakulokhu kuncipha yize noma efunde enyuvesi. [Nikeza amamaki amabili uma esinikezile isizathu wesekela] (2\
13.2Yingoba abesifazane abafunde kakhulu baze baba nePhD njengoNtombi Sikhosana abagani ngenxa yokufunda kakhulu uma kwenzeka bagane abafuni ukuboniswa. [Nikeza amamaki amabili uma enikezile isizathu (2\
13.3UMaMthimkhulu uxabana noNgubane ngenxa yokuthi uMaMthimkhulu uthengele izingane imoto okwakuvunyelwene ngokuthi azizukuthengelwa. UMaMthimkhulu uxabana noNgubane ngoba uthi uNgubane usethatha umsebenzi wakhe wokulungisa igceke, uqasha abantu bakhe
1.3.4UMaMthimkhulu unomoya wokugxeka ngoba ubona uNgubane engumuntu onengqondo ethatha kancane futhi ophuzayo ukucabanga njengoba emfanisa nembongolo. Umoya woku khu ngathe ka , ukhungathwa ukuthi ubengaboni
13.5UPoppy wathengela u Euthenesia noMelody imoto ukuze bayisebenzise uma beya enyuvesi. Akazange amtshele uNgubane nanoma eseyiletha ekhaya. UNgubane wayibona isisegalaji isibhalwe namagama abo okwaholela ukuthi
13.6Umyalezo othi, kubalulekile ukuthatha isikhathi ukuze ukwazi ukubona ukuthi umuntu ofuna ukungena othandweni naye ungumuntu onjani. UPrisca wayecabanga ukuthi uNkebelele umuntu angabambisana naye kwezothando
13.7Simveza njengomlingiswa oqotho/olimelayo iqiniso/onobuntu/ongathandi ukuba abantu abasebasha babhidlikelwe imishado ngento ebeyingalungiswa. Wayebona ukuthi uma uPoppie engazithathi izingane zikaLinono
13.8Ngicabanga ukuthi kwaba nomphumela omuhle ngoba ngemuva kokuvela kwalolu daba kubazali bakhe wahamba waya eMpaphala. Wathola ithuba lokwazana nomndeni wakubo oseMpaphala. Wavakashela amathuna ogogo bakhe. Waqanjwa igama lesintu likaVikizitha. Wabuyela eThekwini
13.9Ngokubona kwami ayakholeka ngoba abanye abantu besifazane uma sebefundile ababe besabahlonipha abayeni babo NOMA Ngokubona kwami asikholakali ngoba abantu besifazane abakhuliswe kahle emakhaya abo abakuthwali ukufunda kwabo, bayabahlonipha abayeni babo
13.10Umbhali uphumelele kahle ukusebenzisa isigam eko sokushayiseka kwemoto kamakhelwane uSibeko. Yiso lesi sigameko esasetshenziswa umhlolithwasa ukuqonda uBafana, amtshele ukuthi unesinyama. Umhlolithwasa wayalela
15.1Isisusa sodweshu indlala ephethe uMazinyo ngenxa yokuthi akasakwazi ukubamba izilwane azidle ngoba izilwane azisaphuzi echibini kodwa seziphuza kompompi abafakwe ngenxa yempucuzeko. [Nikeza amamaki amabili uma esishilo isisusa sodweshu]
15.2UMa ziny o waqala watshela impala ukuthi akasayidli inyama usedla utshani ngakho ke asisekho isizathu sokucathamela izilwane. Wase
15.3Inkawu ivezwe njengomlingiswa ohlakaniphile ngoba ikwazile ukubona ubuqili bukaMazinyo yaze yasindisa n ala kanti
15.4Lesi sisho sichaza ukusebenza into engenanzuzo noma engatheli zithelo. Siyahambelana nokwenzeka enganekwaneni ngoba yize uMazinyo esezamile ukuqamba amanga ethi usedla utshani kodwa lokho akumsizanga ngalutho
15.5Umxoxi ulisebenzise kahle isu lokujeqeza emuva ngoba uMazinyo ukhumbule amagama ashiwo yinkawu kuyena athi ukube inkawu ibinguMazinyo ubezozidlela utshani. Lokhu kwenze ukuthi uMazinyo aqhamuke neqhinga
15.6Uqoth' imbokodo nesisekelo. (1\
15.7Ukuxhumanasiqalo. (1\
15.8Izibongo kanye namazwi adwetshelwe esiphicaphicweni akhombisa ubuqhawe nokuzethemba kwenkosi uDinuzulu. Bonke labo ababembukela phansi wabanqoba. Izitha zakhe ubezibukela phansi zakhe kuhle kwendlulamithi mayibukela phansi ezinye izilwane
15.9Okushiwo yizibongo zeSilo uDinizulu kanye nehubo ukuthi iSilo uDinizulu bekuyinkosi yohlanga ibusa abantu bakwaZulu futhi eyiNgonyama, eyabe iyiqhawe elabulwela kakhulu ubukhosi bukaZulu. Ubeyisizukulwane
15.10Ukusetshenziswa kwesithakazelo kugqamisa imvelaphi yeSilo uDinizulu okuphinde kugqanyiswe ihubo ngoba lithi uyamemeza okaNdaba. Lokhu kuchaza ukuthi iSilo siyisizukulwane senkosi uNdaba. [Nikeza amamaki amabili uma echaze kafushane wasekela]
15.11Ngiyavumelana ngoba nasezibongweni bambiza ngokhozi okuyisilwane esineso elibukhali kakhulu nesenza izinto ngokushesha okukhulu. [Nikeza amamaki amabili uma enikezile umbono ngoDinizulu] (2\ [25] AMAMAKI ESIQEPHU B:25
17.1Umlingiswa onguLondiwe unethoni yokuthukuthela ngoba ucasulwa ngu nina uMaMlanduli ovuna uyise uMdaluli yize emhlukumeza. [Nikeza amamaki amabili uma eyinikezile ithoni wasekela] (2\
17.2MaMlanduli u vezwe njengomlingiswa ohlonipha umyeni wakhe. Weseka umyeni wakhe yize noma emshaya. [Nikeza amamaki amabili uma echazile kafushane ukuvezwa komlingiswa wesekela ngokusesiqeshini] (2\
17.3Imbangela yokuthi bangaboni ngaso linye yingoba uMdaluli akaliboni iphutha lakhe lokuthi a be nesihluku kuMaMlanduli, uze ukl olodela uLondiwe ngoba umkakhe echema naye futhi emeseka ekutheni agxeke uLondiwe
17.4UMdaluli wadilizwa emsebenzini wangabe esakwazi ukondla umndeni wakhe. Wavuselela ikhono lakhe lokwakha, wase eqashwa nguSaziwayo Khuzwayo. Wathi esebuyela ukuyoqhubeka nomsebenzi wathola sekuqashwe uChivenga, okwadala intukuthelo ngoba ebona ukuthi nguye omthathele
17.5Isenzo sikaLondiwe siyigqamisa kahle inkathi yamanje ngoba uyazikhulumela aveze ukunganeliseki kwakhe yize eyingane. ULondiwe uthatha isinqumo sokubophisa uyise uMdaluli ngenkathi ebahlukumeza. [Nikeza amamaki amabili uma amaphuzu echazwe kahle]
17.6Wawuzoba muhle ngoba wayengeke esaba nengcindezi eyayidalwa ukuba ahlale ekhaya ngenxa yokuphelelwa umsebenzi aqhubeke nokuba nodlame lwasek aya. UMdaluli wayengeke afike ekhaya axoshe uLondiwe, uKhombephi
17.7Umbhali uhlose ukuxwayisa ukuthi uma uxazula izinkinga ngodlame kuba nomphumela ongemuhle njengoba uMdaluli abosh wa ngesenzo sokushaya uChivenga /uhlose ukuba abantu abafunde ukuzibheka bona kuqala bangaboni abanye abantu ukuthi yibo ababalethela izinkinga.
17.8Umyalezo odluliswa umbhali owokuthi bakhona abantu abawenzayo umsebenzi wabo ngokuthembeka. UZenyezile unguSonhlalakahle usiza uLondiwe enkingeni yokuxoshwa nguyise uMdaluli ekhaya. Umtshela nangezindlela zokuthola imifundaze njengoba ayengasakwazi ukukhokhela
17.9Ngiyavumelana ngoba uMdaluli waphupha abantu abampisholo abakhuluma ulimi olungahlangani ka hle kuba nesiphepho esinamandla esimlahlisa ithemba. Leli phupho libikezela isimo esilukhuni empilweni kaMdaluli
17.10Umbhali usethulele kahle isiphetho salo mdlalo ngopholavuthondaba njengoba kufika uZenyezile emzini kaMdaluli ethule izindaba zokuzamazama komhlaba ezenzeke ezweni laseNyakatho ne Afrika. Ukungazi ukuthi
19.1Ithoni yokuthukuthela kumlingiswa onguMbongolo ibangelwa yisenzo sikaHulumeni sokuthi aqhathe izwe bebhekile njengoba efuna ukuklama kabusha imingcele. [N ikeza amamaki amabili uma eyishilo imbangela ngokwesiqeshana]
19.2Umlingiswa onguMcondo uvezwe njengomlingiswa onolaka, onesibindi noyishinga yingakho efunga egomela ukuthi uMngeni uyowuwela ngesihlenga eseyisidumbu. Lokhu kubonisa ukuthi uzokulwela okungokwakhe kuze kube
19.3USalimani nabafowabo bathukuthele ngenxa yenkulumo ezothulwa uZithulele othunywe uHulumeni yokuthi kuzoba nemingcele emisha. Lokhu kudala ingxabano phakathi kwabantu basemapulazini kanye nabakaVimbingwenya.
19.4UZithulele utshele iNkosi uSalimani ukuba abantu bakhe bawele uMngeni okwaphetha ngokuba enqabe uSalimani. USalimani uqhamuka nesu lokuthi kuvotwe khona kuzotholakala ukuthi bangaki abantu abafuna ukuwela uMngeni.
19.5Izenzo zikaHulumeni zigqamisa isizinda senkathi yenguquko lapho uHulumeni wobandlululo eqola abantu izindawo. UHulumeni ufika ezindaweni zabantu abamnyama bakwaZulu weza namaqhinga okuthatha izwe njengoba
19.6Wawuzoba muhle ngoba ubengeke esaba nengcindezi yokuthi aqhubeke nezimfihlo futhi wayengamxolela uSalimani. UMphiliphili ubeng phoqeleke uku thi avote nabelungu phambi kweNkosi uSalimani. NOMA
19.7UZithulele uhlose ukwenza ubuqili bokuthi abophe abantu bakaSalimani. Ukhipha isijeziso sokuphuca uSalimani umhlaba. Abantu basemapulazini kwaMgqabuli bavuma ukusetshenziswa nguZithulele ebalwisa izimpi
19.8Umyalezo odluliswa umbhali owokuthi basekhona abantu abakwazi ukumela iqiniso njengoba uHulumeni ngomlomo kaZithulele ayezame ukuqola iNkosi uSalimani izwe lakhe. Wenza namaqhinga okuthi amfake ecaleni lokuthi
19.9Ngiyavumelana ngoba ngenkathi uZithulele etshela uSalimani ngoHulumeni othi makugudluzwe imingcele yoMngeni kwamenza wajeqeza emuva wakhumbula amaqhinga enziwa ngabelungu okuthatha umhlaba ngokuqala ngokuhloma amatende, bakha izindlu ngamatshe bathi bazozishiyela abantu
19.10Umbhali usethulele kahle isiphetho salo mdlalo ngo vuthondaba njengoba kube khona isixazululo sombango w omhlaba. Kube khona ubulungiswa , icala lamthetha uSalimani. Umhlaba wakhe abesephucwe wona wabuyiselwa kuye
21.1Imbangela yethoni yokuthukuthela kumlingiswa onguThamsanqa ukuthi uzwe izindaba ezishaqisayo ngomkakhe azizwe ngabazali bakhe zokuthi umkakhe uPhindisiwe inkosikazi y omuntu. [Nikeza amamaki amabili uma eyishilo
21.2Umlingiswa onguNkumbulo u vezwe njengomlingiswa ongathatheli izinto phezulu ohlakaniphile Uthi uma ezwa ngomshado wangaphambilini kaPhindisiwe watshela uThamsanqa ukuthi aqaphele ngoba kusengenzeka kube ngamanga aqanjwa yizimfamona.
21.3UThamsanqa unomuzwa wokuthukuthela kanti uNkumbulo unomuzwa wokumangala. UThamsanqa uthukutheliswa ukuthi uyazikholwa zonke lezi zinto ezishiwo ngoPhindisiwe kanti uNkumbulo umangazwa ukuthi kungani uThamsanqa ekholwa abantu bangaphandle kunokuba akholwe
21.4UNkululeko ushaya ucingo efuna ukukhuluma noPhindisiwe emzini kaThamsanqa okudala ukuba baxabane noPhindisiwe. UThamsanqa uya kwaMathonsi ufica uNkululeko ephethe isithombe nencwadi yomshado yakhe noPhindisiwe, athukuthele, baxabane
21.5Izenzo zikaSikela zigqamisa isizinda senkathi yamanje lapho sekwande ubugebengu obuhleliwe. USikela usebenza emnyangwen i wezaseKhaya, wenza umkhonyovu wokushadisa uPhindisiwe noNkululeko enzela uNkululeko incwadi yomshado mbumbulu
21.6Wawuzoba muhle ngoba ubengeke esaba nengcindezi yokuthi aqhubeke nezimfihlo futhi wayengamxolela. UPhindisiwe ubengeke aphoqeleke ukuthi asize uNkululeko ukugqekeza ebhange agcine ngokuboshwa. NOMA IsiZulu Ulimi Lwasekhaya (HL\/P2
21.7Umbhali uhlose ukuxwayisa ukuthi izinkinga azixazululwa ngodlame kanti futhi kuba nomphumela ongemuhle njengoba uThamsanqa ashaya uPhindisiwe. Lokhu kwaholela ekutheni uPhindisiwe amshiye abuyele ekhaya
21.8Umyalezo odluliswa umbhali owokuthi izenzo ezimbi ezenzeka ebumnyameni zigcina zivelile Phindisiw e wabe enezimfihlo zokuba nomntwana noNkululeko. U
21.9Ngiyavumelana ngoba MaMhlongo waphupha uhlanya luqukula umzukulu wakhe uZiphozonke okwakubikezela ukufika kukaNkululeko ezofuna uZiphozonke athi ingane yakhe akusiyo ekaThamsanqa nokuthi uPhindisiwe
21.10Umbhali usethulele kahle isiphetho salo mdlalo ngo pholavuthondaba njengoba kube khona ukuqulwa kwecala enkantolo eZibuseni kwavela bonke abenzi b obugebengu. UNkululeko, uSikela

Language Components

1
Literature Analysis

Topics Identified

1
Literature

Mark Allocation

Sections10 + 10 + 10 + 10 + 10 + 25 + 25 + 25 + 25 + 25 + 25 + 25 + 25 + 25 + 25 + 25 + 25 + 25 + 25 + 25 + 25 = 450 marks

Paper information

SubjectIsiZulu
Year2024
SessionMay-June
TypeMemo
PaperPaper 2
LanguageIsiZulu (HL โ€” verified from PDF)
Pages39
Downloads8

Examination context

Decade2020s
Years ago2y
Seasonโ€”
Start dayโ€”
Exam periodโ€”
Days since examโ€”

About IsiZulu examination preparation

Grade 12 IsiZulu examination resources can be used to practise comprehension, language knowledge, interpretation, and written communication.

Every available Grade 12 IsiZulu past paper and memorandum is collected in the IsiZulu hub at isizulu.freemode.co.za โ€” browse all years, sessions and languages in one place.

How to use this resource for revision

A past examination paper is most useful when it is treated as an active revision exercise. Try the questions yourself before checking the corresponding memorandum. Where you make an error, identify the reason โ€” was it a knowledge gap, a calculation mistake, an interpretation issue, or an examination technique problem?

For stronger examination practice, complete the paper without unnecessary interruptions and keep track of the questions that take the most time. Afterwards, review the memorandum and separate knowledge gaps from mistakes caused by interpretation, calculation, structure, or examination technique.

comprehension
language use
interpretation
written communication
answer accuracy

A practical revision approach

Work through the paper independently before consulting the memorandum. Use mistakes to create a focused revision list rather than simply repeating the complete paper.

Grade 12 subject hubs

Each matric subject has its own dedicated hub on Freemode with every past paper and marking memorandum we have archived for that subject.

Corresponding examination paper

Examination paper available

Open the corresponding examination paper to practise the questions before reviewing the marking memorandum on this page. Attempt every question under timed conditions for the most realistic preparation.

IsiZulu HL P2 โ†’

File details

File size746.7 KB
Pages39
Archived on11 October 2026
File age12d
ContributorFreeMode
Fingerprint02217EADA9AF

Questions and learner discussion

Log in to ask a question or leave a review.

No questions or discussions have been posted yet.