This section provides a quick preview of questions from the document. It may not display every question or the complete wording of each one. For the full content, including diagrams, tables and other information, view the original PDF above.
2.1Umbizi Aphostrofi Imbongi ikhuluma nokufa engathi ibhekene nakho ngqo. [Nikeza amamaki amabili uma esigagulile isifengqo wanikeza nencazelo] (2\
2.2Emgqeni wesi 5 ilinganisa amandla okufa namandla anjengawamabutho akwaMandlakazi. [Nikeza amamaki amabili uma ewuchazile umqondo wemigqa] (2\
2.3Imbongi ibihlose ukukhombisa ukuxakeka/ukudideka yilobu bubi namandla ukufa okunawo angaziwa ukuthi akwazi kanjani ukubulala nabantu abadala nabaphile saka. [Nikeza amamaki amabili uma eyivezile inhloso]
2.4Le migqa ingelekelele ukuqonda ukuthi imbongi inomoya wokudideka/wokudumala/wokukhathazeka ngenx a yokuthi abanye bayakwazi ukuthi ukufa sekuke kwavakasha bengazange bavume ukuthi bavakashelwe. [Nikeza amamaki amabili uma ewuvezile umoya]
2.5Imbongi iphumelele kahle ukusethulela indikimba yokufa ngoba ikhuluma nakho ngqo ukufa. Ize izibu ze nemibuzo engadingi mpendulo mayelana nakho. Isho nokuthi akukhethi kuthatha abancane kanye nabadala futhi
3.1Ukwenzasamuntu/isenzasamuntu. [Nikeza imaki elilodwa uma esishilo isifengqo] (1\
3.2Umqondo oqukethwe yibinza lesi 3 owokuthi kuleli dwala kulapho iNkosi uShaka abikezela khona ukuqhamuka kwabelungu o kwabe sekwenzeka nangempela sebelunguza olwandle ayebabone emi phezu kwaleli dwala.
3.3Inhloso yembongi yokusebenzisa le enjambamenti ukuxhumanisa umqondo oqale emgqeni we 14 kuya kowe nokufunda ngokushesha/ukunganqamuli umqondo/ukwakha ilukuluku. [Nikeza amamaki amabili uma eyishilo inhloso ye
3.4La magama angelekelele ukuba ngiqonde umoya wokuzigqaja. Imbongi izigqaja ngemvelo eyidwala equkethe uml ando wesizwe lapho amabutho ayeziqeqeshela khona. [Nikeza amamaki amabili uma echazile umoya wasekela]
3.5Imbongi iphumelele kahle ukudlulisa indikimba yobuqhawe/yomlando weNkosi uShaka eyabumba isizwe samaZulu ngendlela enobuhlakani isebenz isana nebutho layo, yalinda ukufika kwabelungu ukuze ivikele isizwe
4.1okzimoroni [Nikeza imaki eli lodwa uma egagulile isifengqo] (1\
4.2Imvumelwano siqalo idala umgqumo omnandi osamculo ogcizelela ukuthi lolu cu yilona oluhlanganisa izithandani futhi luyisivumelwano salokho ezikuthembisile. [Nikeza amamaki amathathu uma echazile ngemvume
4.3Isenzasamuntu sinomthelela wokuthi ngiqonde ukuthi uthando luqala kancane kancane Intombi ize ibe namahloni okuyibuka ngqo insizwa ezinhlamvini zamehlo njeng emsulwa, ethambile, enganasici futhi edinga
4.4Ngicabanga ukuthi umyalezo uthi, uthando luphathwa kahle /uluhloniphe uma ungalwazisi noma ungaluphathi kahle nangenhlonipho luyogqashuka okuwuphawu lokuphela kothando bese konakal a izinto kakhulu zibe
4.5Le nkondlo inesigqi esinensayo ngenxa yomoya wokukhathazeka kwentombi ebhekene nobunzima bokuhlulwa uthando lwensizwa. Ibuka ubunz ima okumele idlule kubona uma yakha lolu cu oluwuphawu lothando uma isiqoma
5.1ncoma ubuhle ubabaza ubuhlakani, hluphekile impela ngiyezwa, Imvumelwanosiqalo. [Nikeza amamaki amabili uma etomulile wash o uhlobo] (2\
5.2Imbongi isebenzise isikhawu/isizura u ' ukuphumula nokuhlukanisa ukuveza ubunzima bendlela le nsizwa esiyihambile yeshela ifuna uthando kule ntombi. [Nikeza amamaki amabil uma echazile ukusetshenziswa kwesikhawu/isizura]
5.3
5.4Imbongi ihlose ukuqhathanisa izigaba zokukhula kwentombi ukuthi lo oweshelwayo angeke avume ngisho noma ngabe ukusiphi isigaba okungaba esokuqoma noma esokudlulelwa yisikhathi sokugana. [Nikeza amamaki amabili
5.5Imbongi iphumelele kahle ukuveza umqondo wothando ngoba ithi noma ngabe isisezingeni lokuthanda umuntu wesilisa kepha yona ayinalo uthando lwale nsizwa. Iphinde ithi ukugqoka kahle kwayo akusho ukut hi isuke ifuna
7.1Umland i usingenisela indaba ngokusichazela isimo sikaXolani ayeseyiso emuva kokubonana noMahlengi. Usichazela ukuthi uyacabanga konke obekukade kwenzeka aze agicne esehleka yedwa. [Nikeza amamaki amabili uma ewuchazile umsebenzi womlandi]
7.2Izehlak alo ezaholela uXolani ukuthi athandane noMahlengi: UMahlengi wanikeza uXolani ikhadi lakhe lebhizinisi elinenombolo yocingo. UMahlengi wavuma ukuvakashelwa nguXolani ngemuva komhlangano. UMahlengi
7.3La mazwi aveza isimo senhlalo esihle nesihambisana nendlela okwenzeka ngayo njengoba uMahlen gi ekhombisa ukukhululeka, utshela uXolani ukuthi mukelekile uma efuna ukuvakasha. [Nikeza amam
7.4Uthando abanalo ngoXolani alufani. ungile athanda ngalo uXolani olomshado njengoba bevezw e bengabashadika zi. Uyinkosikazi yakhe ethembekile futhi emhloniphayo umyeni wayo
7.5Ngiyazwelana naye ngoba uzithola esengena ezindlekweni abekade engazilindele. Kwase kumele alungise imoto yakhe. Angagcini lapho azame ukutho la isikhathi sokuvakashela uNontobeko esibhedlela okwabe engakuhlelele.
7.6Isigameko esiyisingeniso sale siqeshana esokubamba inkunzi kukaNdumiso epulazini likaNgidi. UNdumiso owabe eqambe amanga ezibize ngokuthi unguSibalukhulu ubamba inkunzi, uthatha imali kaNgidi. [Nikeza amamaki amabili uma e
7.7UNdumiso uvezwe njengomlingiswa onobugebengu/ onesihluku/ ongenanembeza/onomona. Ubamba uNgidi inkunzi, uthatha imali esisefweni. Ubuye avezwe njengomlingiswa odelelayo, uyanxapha, asikaze uNgidi u ma
7.8Umbhali uhlose ukugqamisa ukuthi abangabukelwa phansi abantu abaphila nokugu la/ukukhubazeka ngoba nabo bangabantu abakwazi ukulekelela uma kunesidingo. UNyambose uyalekelela kwaNgidi uma ebona ukuthi isango
7.9Ngicabanga ukuthi wawuzoba muhle. UNgidi wayezokwamukela, aqhubek nokuthanda uMhlengi, andise amapulazi akhe, ebonisana noMhlengi. yengeke abanjwe inkunzi nguNdumiso owayefuna ukulobola uMahlengi. NOMA
7.10Umbhali uphumelele kahle ukuphetha le ndaba kuvuthondaba ngoba inkinga ebibhekene nomlingiswa omkhulu ixazululekile. Bonke abalingiswa abekade bekhathazekile balitholile iqiniso lokuthi wayekade engumuntu wesilisa kodwa
9.1Umlandi usilandisa/usixoxela ngokwakwenzeka emzini kaChule njengoba uNomvula ozela. UChule umkhombisa ikamelo lokulala. Uphin de asitshele ngemizwa kaNomvula ongajabuli, ozeyayo uma ebona ikamele elikhulu
9.2pic six, usefika endlini yakhe njengomfundisi. UGenyeza uyavutha bhe wala ukhasha, akafuni muntu osondela kuNomvula ngoba baningi abafuna ukuqola uNomvula imali yakhe. Ngakho ke ufuna ukuthola umuntu oz
9.3La mazwi aveza isimo senhlalo esihle , esikhombisa ukuthi uphila kahle njengoba uChule enemali eningi. Unomuzi omkhulu onesitezi nezindawo zokugezela phezulu naphansi. UChule utshela uNomvula ukuthi indawo
9.4Uthando uChule noGenyeza abanalo noMirriam alufani. UChule uthanda uNomvula ngothandombumbulu , ufuna ukumqola imali yakhe. UGenyeza umt handa ngokweqiniso uMirriam futhi enesikhwele ngaye. Wayelwa emvikela koheshane abasebezisondeza kuNomvula.
9.5Ngiyazwelana ngoba ulahlekelwa yindodana yakhe uMahuzu. Utshele uMahuzu ukuthi akabuye eGoli ukuze aye eThekwini ayo dlisa uNomvula umuthi ukuze ahlanye azothola umcebo
9.6Udweshu olutholakala kulesi siqeshana ludalwa ukufika kukaChule eze kuHlulintombi, amphoxe ngokumtshela uku thi angamthathi noma ikanjani. UHlulintombi uyacasuka wala uyaphetha uthi akafuni ukubulawa nguNtshangase.
9.7Izenzo zomlingiswa onguHlulintombi zimveza njengomlingiswa ongenaqin iso nodelelayo. Uphikisana noChule uma emtshela ukuthi nguyena ozogada emnyango ukuthi akaqhamuki yini uGenyeza. Ubiza uChule ngekhehla,
9.8Umbhali uhlose ukugqamisa ukuthi kwesinye isikhathi abantu abasebenza ngokuqola izimali baba nomona uma bebona abantu bethola imali yamafa. Uhlela isu lokuthola umcebo kaMirriam uzenza udoko tela Ndambula
9.9Ngicabanga ukuthi wawuzoba mubi. UMeyili wayengagcina engenayo indlu yesitini nj engoba agcina eyakhelwe nguNomvula ngemuva kokuthola umcebo. UNomvula wayengahlala ekhaya angasebenzi hleze agcine enezinye izingane eziningi esehlupheka.
9.10Le ndaba iphetha ngopholavuthondaba. Zonke izinkinga ezibhekene noNomvula ziyaxazululeka, kuba nokuxolela na nokubuyisana. UNomvula ushada noGenyeza bathenga umuzi omkhulu eThusini. Abenzi bobubi bayajeza, uChule uyafa, uDaffo uyagwetshwa ngesenzo sokuzama ukubulala
11.1Umlandi usilandisa ngokwenziwa umlingiswa onguthish omkh ulu ezama ukuthungatha uthisha uMoloi. Um bheka isikole sonke akamtholi. Uphinde umlandi asitshele ngemizwa kathishanhloko la edunyelwa ikhanda uma
11.2UMaNdovela benoMaJwara bafika esikoleni bezoxoxa indaba yokukhulelwa kwengane kaKheswa ikhuleliswa uthisha. Uthisha omkhulu uthungatha uMoloi ukuze athole kahle ngalolu daba kepha itsh e lase lome inhlama.
11.3Isimo senhlalo sihle ngoba bakhombisa ukubambisana phakathi kwesikole nabazali nokubambisana komakhelwane njengoba uMaJwara wayephelezele uMaNdovela esikoleni. ikeza amamaki amabili uma ewuvezile umbono wamagama agqamile]
11.4Uthisha uMoloi akanalo uthando lweqiniso kubona bobabili oMisi Hlophe noDumazile. Uthisha uMoloi uthandana noMisi Hlophe kodwa ushela uDumazile oyingane yesikole asebenza kusona benoMis Hlophe. Akamtsheli
11.5Ngiyazwelana naye ngoba uMaNzimande way ezitshela ukuthi uma uSithole exosha uDumaz ile bazoqhubeka nothando lwabo bahlale emzini wabo ngokuthula engasekho ophazamisayo. Uku be bengiwuManzimande
11.6Udweshu olutholakala kulesi siqeshana ludalwa ukuthi uDumazile ubuye sekudlule isikhathi emsebenzini. Uphendula kabi uSithole umtshela ukuthi yena uziphethe, akashadile noSithole futhi uSithole akolawula kuphela
11.7UDumazile uvezwe njengomlingiswa ongahloniphi ongenaso isimilo Uphoxa uSithole ongu yise wengane yakhe nokunguye omthengele indlu ahlala kuyo eMlazi. Uphinde umtshela ukuthi useyisichaka yingakho ebona kungcono
11.8Umbhali uhlose ukugqamisa ukuthi kukhona abantu abangathembekile emsebenzini wabo. UMthovovo usebe nza esitolo sikaSithole akathembeki uhlangana noDumazile bashisa isitolo sikaSithole aphinde ambathe ngubo
11.9Ngicabanga ukuthi wawuzoba muhle. UMtalaselwa wayezoshada nomama wengane yakhe. Wayengaphila isikhathi eside hleze angabulawa yingculazi. Okunye wayengeke ahlazeke endaweni kuphume izindaba emsakazweni
11.10Umbhali uphumelele kahle ukuphetha le ndaba ngopholavuthondaba ngoba kuba nokuxolelana nokubuyisana. UDumazi le ngaphambi kokuba ashone uxolisa kuMaNdovela noMaShandu indlela abeziphethe ngayo. Imindeni
13.1Umlandi usilandisa/usixoxela ngemicabango kaPoppie njengoba ekhumbula indlela okugcwala ngayo isitimela namatekisi aseShowe. Le micabango anayo isuswa ukufika komfana waseShowe ogulayo. Ubuye acabange
13.2Poppie usibukele phansi isiguli futhi akawahloniphi umsebenzi wakhe. Yingoba wayefuna ukuqinisekisa ukuthi u Poppie akazimisele ngempela yini ukuyobheka isiguli sangasemzini wakhe. Yingoba wayethukile ngenxa yokuthi isiguli sasigula kakhulu sidinga usizo
13.3La mazwi akhombisa isimo senhlalo esingesihle njengoba u Poppie ekhuluma isi gisi enqaba ukuyobheka isiguli ngoba ekhombisa ukuba nobandlululo uma kungabantu basemakhaya [Nikeza amamaki amabili uma ewuvezile umbono wamagama
13.4UBafana ube nothando olungafani lwezingane zika Poppie noMaMthunzi. UBafana akabanakekeli o Melody Euthenesia , unakekela izinja kuphela kwakhe. Kanti uma ekaMaMthunzi ukwazi ukuhambisa u Prisca
13.5Ngiyazwelana ngoba u Melody akalutholanga uthando lokunakekelwa u Poppie noBafana ukuze bamyale, wayesizwa uMaXakushe ambonise ngokukhula nokuziphatha kwengane Poppie waxosha uMaXak ushe
13.6Udweshu olutholakala kulesi siqesh ana ludalwa ukuthi u Euthenasia untshontshe imoto ka Miss Hawkins . Utshela uBafana ukuthi lokhu akwenzile ubeziholela ngoba u Miss Hawkins ubelokhu emthuma engamkhokheli.
13.7Okwenz iwa u Euthenasia kumveza njengomlingiswa ongahloniphi ngokuthi angaxolisi uma ebuzwa ngokuthatha imoto ka Miss Hawkins. Uphinda alindele inkokhelo uma ethunywa umuntu omdala kunaye okumele ngabe umthatha
13.8Umbhali uhlose ukugqamisa ubuntu nokwazisana komakhelwane. UMadonsela wamukela uCele kahle uma efika kuye ngenkathi exoshwe nguBafana emzini wakhe. Umxoxela nendlela okuphilwa ngayo ko BA okwenze uCele aqonde
13.9Ngicabanga ukuthi wawuzoba mubi. UBafana wayezogcina engabuyisananga nomndeni wakhe waseMpaphala. Wayezoqhubeka ahambe ehlala nabanye omasihlalisane mhlawumbe aze agcine esehlala nasemgwaqeni. Hleze wayengagcina eshonile angcwatshwe ungazi umndeni wakhe ngenxa
13.10Umbhali uphumelele kahle ukuphetha le noveli ngopholavuthondaba ngoba kube noxolo nokubuyisana komndeni waseMpaphala nowaseThekwini. Umndeni kaCele wamukela uNgubane njengoba efika eMpaphala, bayamhlabela
15.1Isizinda ngokwenkathi esenkathi yamanje. Inkawana iphuza amanzi ngepayipi/Impala ikha amanzi empompini. [Nikeza amamaki amabili uma esigagulile isizinda senkathi] (1\
15.2UNkawana ululeka uMazinyo ngokuthi akadle utshani. Uyabo na ukuthi uzobulawa yindlala njengoba izilwane zingasaphumi emzini yazo ukuzophuza amanzi, sezinompompi ezibathole ngenxa yempucuzeko. [Nikeza amamaki amabili uma echazile
15.3Umsebenzi womlandi awufani. kuqaleni kwalesi siq eshana usilandisa nge simo somlingiswa uMazinyo ayebhekene naso. Uchaza isizathu sokuba uMazinyo azithole es
15.4Ingwijikhwebu etholakala kule nganekwane isetshenziswe kahle ngoba uMazinyo wayeseconsa amathe ebona impala iziletha emfuleni, kuthe ngenkathi impala isathi ilethela ingwenya igats ha kwaqhamuka inkawu. Inkawu
15.5Kunabalingiswa abang amazimu. [Nikeza imaki elilodwa uma enikezile okutholakala kulobuciko] (1\
15.6Amazimu ajezisa uNonsikelelo ngoba ayemyalile ukuba angavumeli muntu ozongena embhoshongweni. Amazimu ase enqamula umsila wengubo yakhe ngoba wayevumele inkosana ukuba im vakashele embhoshongweni. Amazimu
15.7Ngicabanga ukuthi wenzela ukugcizelela izwi lalowo ofuna u kwenzelwa into njengoba amazimu ayethi uma eseliphindile igama likaNonsikelelo abe nesiqiniseko sokuthi uNonsikelelo uwezwile. Wayenzela nokunandisa/ukuheha
15.8Umxoxi uphumelele kahle ukwethula isulubezi kule nganekwane. Kuyenzeka ekugcineni izinto sezizolunga bese ziyonakala. Amazimuzimu ase emtholile lo muntu owayevakashele uNonsikelelo futhi esemfihlile uNonsikelelo
15.9Le migqa inento eyenzeka ngokufanayo okukhombisa isibindi nokuphokophela. USbongile ufaniswa nogandaganda ohamba uya phambili njalo non galokhu ushayelwa ngokuya emuva. Nikeza amamaki amabili uma enikezile okufanayo]
15.10Izenzo zenkosana nalezo zeNkosi uDkt. Sbongile ziyefana ngokuduka. Inkosana y ahamba iduka nehlathi ingazi ukuthi iyaphi emva kokuphahlazeka phansi yagcina ifikile la kulahlwe khona uNonsikelelo. Inkosi uDkt Sbongile
15.11Ihubo elithi, Senzeni lixhumana nenganek wane uNonsikelelo ngokuthi uNonsikelelo wayesosizini lokuhlukunyezwa ngamazimu ngokumgcina ehleli yedwa ehlathini. Leli hubo lihlatshelelwa abantu abasuke benosizi noma
15.12Lesi sisho sisetshenziswe kahle mayelana nempilo kaNonsikelelo ngoba wayelahleke emncane, watholwa ngamazimu amkhulisa. Wayenganaye umuntu owayezomsiza amphindisele kubazali bakhe. Kwathi uma esetholwe
17.1Kusemzini kaChivenga kwaHlomendlini. [Nikeza imaki elilodwa uma esi nikezile isizinda sendawo] (1\
17.2UHlengiwe uzombheka uChivenga ukuthi useyalulama lokho kukhombisa ukumkhathalela nothando ngokuzombona uyamzwela ngisho nasezinhlungwini abonakala ekuzo. [Nikeza amamaki amabili uma esigagulile isenzo]
7.3Imbangela yesimo senhlalo esingesihle ukulimala kukaChivenga emuva kokuthi eshaywe uMdaluli. Uze walaliswa esibhedlela. UHlengiwe kuyamkhathaza ukumbona esezinhlungwini uze abone ukuthi basheshe bamkhipha esibhedlela engakalulami kahle.
17.4Isigameko esasifihlelwe umlingiswa onguHlengiwe esokuthi uChivenga wayesenze ubugebengu ehlangene noHeshana washintsha ipasi likaHlengiwe walibhala isibongo sakhe kwasengathi sebeshadile. [Nik eza amamaki amabili uma esibhalile isigameko esasifihlelwe umlingiswa]
17.5Lezi zenzo zokushintshwa kwamapasi azikho emthethweni. UHlengiwe wanikeza uChivenga ipasi lakhe ngethemba lokuthola umsebenzi. Labuya selithi ushade noChivenga. Nalapha eNingizimu Afrika ubugebengu bokushintshwa kwamapasi sekuvamile. Baningi abantu abazithola
17.6Ivumakabili lalibikezela ukuthakathwa kukaChivenga ethakathwa nguMdaluli. Ivumakabili inyoni eyaziwa ngokuba nomoya omubi, ivamise ukusetshenziswa ngabathakathi. Nempela uChivenga wathakathwa uMdaluli
17.7UChivenga wayelaliswe esibhedlela ngenxa yokuhlaselwa alinyazwe nguMdaluli ngokumshaya ngemolontshisi. [Nikeza amamaki amabili uma eyibhalile imbangela] (2\ 31
7.8Umoya ovezwa uChivenga owokujabula njengoba evakashelwe isithandwa sakhe uHlengiwe yize esezinhlungwini. Uyaqhubeka umbiza ngamagama amnandi akhombisa uthando, umbiza ngomayitukluza, mntakwethu nangethambo lakhe le
17.9Izenzo ezenziwa nguMdaluli kuChivenga zimveza njengomlingiswa oyigwala. Waqala ngokuthakatha uChivenga wabola umunwe owawusunesitupamunwana. Waphinda wamhlasela ngemolontsh isi. Lokho kwakungubugwala ngoba wayesaba ukubangisana naye ebhizinisini ngoba
17.10Inhloso yombhali yokusebenzisa uMbhebhezeli ukuqapheli sa abantu ukuthi kukhona abangani abangathembekile abangakwenzisa izinto ezingafanele. UMbhebhezeli ungumngani kaMdaluli amethembayo namxoxela zonke
17.11Ngicabanga ukuthi ngangingemukela isimo esingehlele ngokuthi ngixoxisane nomndeni wami noma ngiy e kodokotela abeluleka ngokwengqondo kanye nabeluleki bezimali. Ngangingaqhubeka nokufuna amatoho noma ngizisungulele ibhizinisi engingalenza ukuthola imali. Lokho kwakuzogwema
19.1Kusenkantolo eMshwathi. [Nikeza imaki elilodwa uma esinikezile isizinda sendawo] (1\
9.2Usondela kuye uyakhuleka ngesizotha ngaphambi kokuba amhlebezele ukuthi kumele enzeni. [Nikeza amamki amabili uma esinikezile isenzo wasekela] (2\
19.3Isimo senhlalo asisihle. INkosi uSalimani usenkantolo yaseMshwathi, ucelwa uNongejeni ukuba a khiphele phandle amabutho akhe. INkosi uSalimani ale ukhasha ngoba ethi ungena nawo nje ngokulandela umyalelo wonongqayi
19.4Isigameko esasifihlelwe amabutho enkosi uSalimani esokuthi athi ezisinela kumnandi kaVimbingwenya kanti onogada bakaMgqabuli bazowazuma bewahlasele. [Nikeza amamaki amabili uma esic hazile isigameko esasifihlelwe amabutho]
19.5Ubuholi bokuba izinduna babo bobabili abufani. UMphiliphili ube yinduna kaSalamini elutheka kalula, yavuma ukusetshenziswa ngokuthengwa abelungu ukuze abe yimpimpi adayise izwe likaSalimini kanti uNo mehlo ube
19.6INkosi uSalimani ukhombise isenzo esinobuhla kani obukhulu nokuzethemba. Akavumelanga intukuthelo yabafowabo kanye nesizwe sakhe em va kokulahlwa icala enkantolo eMshwathi ayefakwe lona lokubulala abantu
19.7Yingoba kuzothethwa icala lokuhlaselwa kwabantu benkosi uSalimani behlaselwa onoga da bakaMgqabuli. [Nikeza amamaki amabili uma eyibhalile imbangela] (2\ 35
19.8USalimani wabiza sonke isizwe sakhe ukuba sihlangana ukuze sikhethe ukuthi siyavuma yini ukuthi kuwelwe uMngeni. Ngosuku lokhetho uSalimani weza nesu likabhontshisi lokukhetha, abantu bakhetha ukuthatha ubhontshi omnyama ngokuwufaka esikhambeni,
19.9Izenzo zabafowabo benkosi uSalimani zibaveza njengabalingiswa abaqotho ngokweseka umfowabo kuzo zonke izigameko adlule kuzo ngecala lokwebiwa komhlaba wesizwe sakhe. [Nikeza amamaki amabili uma ewuvezile umbono wezenzo]
19.10Inhloso yo mbhali yokusebenzisa ukuveza ukuthi ngenxa yokuhluka kolimi lwesiZulu nolwesiLungu kwakubalulekile ukuthi kube khona abantu abafana noNongejeni ukuze bezotolika. [Nikeza amamaki amathathu uma eyivezile inhloso]
19.11Ukuba ngangiyinkosi uSalim ani ngangizokwenza isiqiniseko ukuba laba belungu bayajeziswa kakhulu ngoba ngangingabafaka icala lamademeshe. Ngangibuye ngenze idili elikhulu esizweni ukwenzela ukubonga kwabaphansi,
21.1Isizathu sokuhlangana kwabo esokuthi bazokhuluma ngetulo abalibophele uPhindisiwe ngasese. [Nikeza imaki elilodwa uma esinikezile isizathu] (1\
21.2Umlandi usitshela ngesenzo sikaNkulul eko sokungena ephoseka emnyango afike aqabule uKholekile abuye ahleke kancane. [Nikeza amamaki amabili uma ewushilo umsebenzi womlandi wasekela] (2\
21.3Imbangela yesimo senhlalo esihle ukuthi uNkululeko noKholekile bayajabulelana baze baqabulane. UNkululeko ujatshuliswa ukubona nokuzwa ukuthi uKholekile uphumelele ukudunga umqondo kaPhindisiwe wokuthi
21.4Isigameko esasifihlelwe umlingiswa onguSarah esokuthi uPhindisiwe umfihle le ukuthi kuhlelwa itulo lokuzothatha okhiye bokuvula ebhange ukuze bezontshontsha imali. Yena wasivula ngokukhululeka isicabha uma ezwa
21.5Izenzo zalaba balingiswa azifani. Umlingiswa wokuqala uthi angathola ukuthi kunenkinga ebhange akwazi ukuba wusizo abike ngobugebengu abusola ukuthi buyenzeka ngaphakathi kanti umlingiswa wesibili ukhetha
21.6Ngiyazwelana noThamsanqa ngoba kubalulekile ukuzinika isikhathi sokwazi umuntu ngaphambi kokuthi ushade naye. Ziningi izimfihlo uThamsanqa angazange azazi ngoPhindisiwe ngenxa yokuthi wathandana naye izinyanga
21.7Imbangela ukuthi oMaqoma babezofuna izikhiye zasebhange ukuze bahambe bayontshontsha imali khona ebhange. [Nikeza amamaki amabili uma eyinikezile imbangela] (2\ 39
21.8Umoya otholakala kulesi siqeshana kuSarah owokuthuka ngoba lesi simo ubengasilindele. futhi okumthusa kakhulu ukuthi bamukhombe ngesibhamu. [Nikeza amamaki amathathu uma exoxile ngomoya wasekela] (3\
21.9Isenzo sobuqili esokuthi baqhube uPhindisiwe ukuthi kube nguyena ongqongqozela uSara h ngoba uzomkholwa ngeke azitshela ukuthi uhamba nezigebengu uma ethi bamvulele. [Nikeza amamaki amabili uma ezidalulile isenzo sobuqili]
21.10Inhloso yombhali yokusebenzisa uMakhangela ukuveza ukuthi abanye abazali banomthelela esimilweni e sibi sezingane zabo. UMaKhangela uhlulekile ukuba qotho endodakazini yakhe. Lokho okumenze waba nesimilo
21.11Ngicabanga ukuthi isisombululo kungaba ukuthi izinhlelo ebebenazo ngaphakathi ejele baqhubeke nazo sebengaphandle, nomnyango wezokuhlumeleliswa kwezimilo uqhubeke nokwenza umsebenzi wokubalekelela sebesemphakathi ngokubabheka ngazikhathi zonke/